.

Helele Lyrics

Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Amaqhawe esizwe (Asibonge komama)
Abathokozisa bethu (Asibonge abazali)
Izimbali zesizwe (Asibonge komama)
Uma mina nawe singabambisana
Uma mina nawe singahloniphana

Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Amaqhawe esizwe (Asibonge komama)
Bona basikhulisa (Asibonge abazali)
Yini ehlula abazali (Asibonge komama)
Uma mina nawe singabonisana
Uma mina nawe singahloniphana

Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Helele
Phambili, bomama
Themba lesizwe
Hheyi ubuhle benu
Soze buphele

Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Helele, bomama, amasiko ethu
Soze aphele kithi, nabo okhokho bethu
Report lyrics
Top Safri Duo feat. Velile Lyrics